Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 15:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 USamuweli wasesithi kuSawuli: Kangiyikubuya lawe, ngoba ulalile ilizwi leN kosi, njalo iN kosi ikulahlile ukuthi ungabi yinkosi phezu kukaIsrayeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 USamuweli wathi kuSawule: “Angiyikubuya nawe, ngokuba ulilahlile izwi likaJehova, naye uJehova ukulahlile wena ukuba ungabe usaba yinkosi phezu kuka-Israyeli.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 USamuweli wathi kuSawule: “Angiyukuhamba nawe, ngokuba uledelele izwi likaSimakade, noSimakade ukulahlile, awuseyukuba yinkosi ebusa u-Israyeli.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 15:26
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi: “Indodana yami ayinakwehla nani; ngoba umfowabo ufile, yena usesele yedwa; uma emehlelwa okubi endleleni enihamba ngayo, niyokwehlisela izimvi zami endaweni yabafileyo ngosizi.


Kungani udelele umyalo kaJehova ukuba wenze okubi emehlweni akhe na? wambulala u-Uriya umHeti ngenkemba, wathatha umkakhe waba ngumkakhe, wambulala ngenkemba yabantwana bakwa-Amoni.


Kepha umusa wami awuyikusuka kuye, njengalokho ngawususa kuSawule, engawususa phambi kwakho.


Zwana, mhlaba, bheka, ngehlisela okubi phezu kwalaba bantu, yebo, isithelo semicabango yabo, ngokuba abawalalelanga amazwi ami nomthetho wami, kepha bawulahla.


Ngakunika inkosi ngolaka lwami, ngayisusa ngolaka lwami.


Abantu bami babhubha ngokuswela ukwazi; ngokuba ukulahlile ukwazi, nami ngiyakukulahla, ungabi ngumpristi wami; ngoba ukhohliwe umlayo kaNkulunkulu wakho, lami ngizakhohlwa abantwana bakho.


Esemkhiphile wabavusela uDavida abe yinkosi yabo; wafakaza ngaye, wathi: “Ngimfumene uDavide indodana kaJese, indoda yenhliziyo yami, eyakufeza yonke intando yami.


Ngoba lowo ombingelelayo uhlanganyela emisebenzini yakhe emibi.


Kepha manje umbuso wakho awuyikuba khona; uJehova wazifunela indoda ethandwa yinhliziyo yakhe; uJehova wamyala ukuba abe ngumbusi phezu kwabantu bakhe, ngokuba awugcinanga lokho uJehova akuyala ngakho.


Ngokuba ukuhlubuka kufana nesono sokuthakatha, nenkani ingububi nokukhonza izithombe. Ngokuba ulilahlile izwi likaJehova, naye ukulahlile wena ukuba ungabi yinkosi.


USamuweli wabuya, walandela uSawule; uSawule wakhuleka kuJehova.


UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.


Ngalokho usho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngishilo nokusho ukuthi indlu yakho nendlu kayihlo iyakuhamba phambi kwami kuze kube phakade; kepha Jehova muntu, makube kude nami; Ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa, nabangidelelayo bayakuba-delelekile.


Ngenxa yokuthi awulilalelanga izwi likaJehova, futhi awuvumelanga ukufutheka kwentukuthelo yakhe kuma-Amaleki, yingakho uJehova enze le nto kini namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ