Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi yakhe lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

50 Igama lomkaSawule ngu-Ahinohama, indodakazi ka-Ahimazi. Umkhuzi wempi yakhe kungu-Abhineri, indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:50
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Inkosi yasisithi ezincekwini zayo: Kalazi yini ukuthi lamuhla kuwile isikhulu lendoda enkulu kwaIsrayeli?


Kwathi kukhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri waziqinisa endlini kaSawule.


Konke uSamuweli umboni, noSawule indodana kaKishi, no-Abineri indodana kaNeri, noJowabe, indodana kaSeruya, abakungcwelisayo; futhi wonke umuntu owayengcwelisa okuthile kwakungaphansi kwesandla sikaShelomoti nabafowabo.


Enxenyeni yesizwe sakwaManase kwaGileyadi: ngu-Ido indodana kaZakariya; kwaBenjamini, uJahaziyeli indodana ka-Abineri;


Uyisekazi kaSawule wathi kuye nasencekwini yakhe: “Beniya ngaphi na? Wayesethi: “Ngiyofuna izimbongolo; kwathi sesibona ukuthi abekho, safika kuSamuweli.


Lapho uSawule ebona uDavide ephuma ukuhlangabezana nomFilisti, wathi ku-Abineri induna yempi: “Abineri, iyindodana kabani le nsizwa na? U-Abineri wayesethi: “Kuphila komphefumulo wakho, nkosi, angikwazi ukusho.


UDavide wayesesuka, waya endaweni uSawule ekanise kuyo; uDavide wayibona indawo lapho uSawule elele khona no-Abineri indodana kaNeri, induna yempi; uSawule wayelele emgodini, abantu bamisa nxazonke zakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ