Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Ngokuba kuphila kukaJehova ohlenga u-Israyeli, noma sikuJonathani indodana yami, uyakufa nokufa. Kodwa kwakungekho muntu phakathi kwabo bonke owamphendula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Ngokuba, kuphila kukaJehova osindisa u-Israyeli, nokuba sikuJonathani indodana yami, uyakufa nokufa.” Kepha akwabakho noyedwa owamphendulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

39 Kuphila kukaSimakade osindisa u-Israyeli, ngisho noma ngabe senziwe nguJonathani indodana yami, uyakufa nokufa.” Kepha akekho noyedwa owamphendula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:39
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intukuthelo kaDavide yamvuthela lowo muntu; wathi kuNathani: Kuphila kukaJehova, umuntu owenze lokho uyakufa nokufa.


Inkosi yathi kuJowabe: “Bheka, ngikwenzile lokho; hamba, ubuyise insizwa u-Abisalomu.


Konke kwenzeka kubo bonke ngokufanayo: esinye isenzakalo ngesolungileyo nesinye ngesomubi; kwabahle nabahlanzekileyo nabangcolile; konikelayo nakulowo ongahlabiyo: njengomuhle, unjalo nesoni; nofungayo njengowesaba isifungo.


Abantu bakwa-Israyeli bacindezelwa ngalolo suku, ngokuba uSawule wabayala abantu, wathi: “Makaqalekiswe umuntu odla noma yini kuze kuhlwe, ukuze ngiziphindiselele ezitheni zami. Ngakho kakho ebantwini owanambitha ukudla.


Wayesethi ku-Israyeli wonke: “Yibani nganxanye, mina noJonathani indodana yami siyakuba ngalapha.” Abantu bathi kuSawule: “Yenza okuhle emehlweni akho.


USawule wathi: “UNkulunkulu makenze lokhu, enezele, ngokuba uyakufa nokufa, Jonathani.


USawuli walilalela ilizwi likaJonathani, uSawuli wafunga wathi: Kuphila kukaJehova, kayikubulawa.


Ngokuba izinsuku zonke indodana kaJese isekhona emhlabeni, wena nombuso wakho awuyikuqiniswa. Manje-ke thumela umlethe kimi, ngokuba uzokufa nokufa.


Inkosi yathi: “Uyakufa nokufa, Ahimeleki, wena nendlu yakho yonke.”


USawule wafunga kuye uJehova, wathi: “Kuphila kukaJehova, awuyikwehlelwa isijeziso ngale ndaba.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ