Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 USawuli wasebuza kuNkulunkulu wathi: Ngilandele amaFilisti yini? uyakuwanikela esandleni sika-Israyeli na? Kodwa akazange amphendule ngalolo suku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 USawule wabuza kuNkulunkulu wathi: “Ngehle ngilandele amaFilisti na? Uyakuwanikela esandleni sakwa-Israyeli na?” Kepha akamphendulanga ngalolo suku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

37 USawule wabuza kuNkulunkulu wathi: “Ngehle yini ngilandele amaFilisti, na? Uyakuwanikela yini esandleni sabakwa-Israyeli na?” Kepha akamphendulanga ngalolo lusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:37
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngenyukele kumaFilisti na? uzowanikela esandleni sami na? UJehova wathi kuDavide: “Sukuma, ngokuba ngiyakuwanikela nokuwanikela amaFilisti esandleni sakho.


UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Awunakukhuphuka; kodwa zungeza ngemva kwabo, ufike phezu kwabo phezu kwezihlahla zamabhamuli.


Wayesefika enkosini. Inkosi yathi kuye: “Mika, siye eRamoti kwaGileyadi ukulwa, noma siyishiye yodwa na? Wathi kuye: “Hamba ube nempumelelo, ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.”


UJehoshafati wayesethi enkosini yakwa-Israyeli: “Buza izwi likaJehova namuhla.”


Ndodana yomuntu, khuluma kumalunga akwa-Israyeli, uthi kuwo: Usho kanje uJehova; Uyeza uzongithinta? Kuphila kwami, usho uJehova, angiyikubuzwa yinina.


Kwathi emva kokufa kukaJoshuwa abantwana bakwa-Israyeli bambuza uJehova, bathi: “Ngubani phakathi kwethu oyakusikhuphukela kuqala ukulwa namaKhanani na?


Abantwana bakwa-Israyeli basebezilungisa, bakhuphukela endlini kaNkulunkulu, bacela iseluleko kuNkulunkulu, bathi: “Ngumuphi kithi ozokhuphukela kuqala ukulwa nabantwana bakwaBenjamini na?” UJehova wathi: “UJuda makakhuphuke kuqala.”


UFinehasi, indodana ka-Eleyazare, indodana ka-Aroni, wema phambi kwakhe ngalezo zinsuku, wathi: “Ngiphinde ngiphume ukulwa nabantwana bakwaBhenjamini, umfowethu, noma ngiyeke?” Wayesethi uJehova: “Yenyuka; ngoba kusasa ngizawanikela esandleni sakho.


Yingakho babuza futhi kuJehova mayelana nokuthi lowo muntu usazoza yini lapho. Wathi uJehova: Bheka, wacasha phakathi kwezinto.


Ngalokho uDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngihambe ngiwabulale lawa maFilisti na? UJehova wathi kuDavide: “Hamba, uwabulale amaFilisti, usindise iKehila.”


UDavida wasephinda wabuza kuJehova. UJehova wamphendula, wathi: “Suka wehlele eKehila; ngokuba ngiyakuwanikela amaFilisti esandleni sakho.


Lapho uSawule ebuza kuJehova, uJehova akamphendulanga, kungengamaphupho, nange-Urimi, nangabaprofethi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ