Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 USawule wamakhela uJehova i-altare; laliyi-altare lokuqala elakhela uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 USawule wamakhela uJehova i-altare; kwakuyi-altare lokuqala amakhela lona uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

35 USawule wamakhela uSimakade i-althare; lelo kwaba yi-althare lokuqala alakhela uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:35
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wamakhela khona uJehova i-altare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula. Ngakho uJehova walithandazela izwe, futhi isifo sanqamuka kwa-Israyeli.


Ngokuba u-Israyeli wamkhohlwa uMenzi wakhe, wakha amathempeli; uJuda uyandise imizi enezivikelo eziqinile, kepha ngiyakuphonsa umlilo emizini yakhe, uqede izindlu zakhe zobukhosi.


benesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla ako bewaphika;


Sondelani kuNkulunkulu, laye uzasondela kini. Hlambululani izandla nina zoni; nihlanze izinhliziyo zenu nina eninhliziyombili.


Kwathi ngangomuso abantu bavuka ekuseni, bakha khona i-altare, banikela ngeminikelo yokushiswa neminikelo yokubonga.


UGideyoni wamakhela khona uJehova i-altare, walibiza ngokuthi: UJehova, ukuthula; kuze kube namuhla iseOfira lama-Abiyezeri.


USawuli wasesithi: Zihlakazeleni phakathi kwabantu, lithi kubo: Lethani kimi, ngulowo lalowo inkomo yakhe, ngulowo lalowo umhlambi wakhe, lizihlabe lapha, lidle; futhi ningoni kuJehova ngokudla igazi. Bonke abantu ngalobo busuku baletha, kwaba yilowo nalowo izinkomo zakhe, bazihlaba khona.


USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”


Wayebuyela eRama; ngoba yayikhona indlu yakhe; wayala khona u-Israyeli; wamakhela khona uJehova i-altare.


USamuweli wathatha iwundlu elincelisayo, wanikela ngalo libe ngumnikelo wokushiswa kuJehova ngokuphelele; uSamuweli wakhuleka kuJehova ngenxa ka-Israyeli; uJehova wamuzwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ