Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 USawuli wasesithi emadodeni ayelaye: Balani libone ukuthi ngubani osuke kithi. Sebebala, uJonathani nodibi lwakhe babengekho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 USawule wayesethi kubantu ababe naye: “Balani manje, nibone ukuthi ngubani omukile kithi.” Babala, bheka, uJonathani nodibi lwezikhali zakhe babengekho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 USawule wayesethi kubantu ababenaye: “Balani manje, nibone ukuthi ngubani ongekho phakathi kwethu.” Babala; bheka, uJonathani nodibi lwakhe babengekho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:17
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.


Abalindi bakaSawule eGibeya lakwaBenjamini babheka; futhi bheka, isixuku sancibilika, futhi baqhubeka behlula omunye nomunye.


USawule wayesethi ku-Ahiya: “Letha lapha umphongolo kaNkulunkulu. Ngoba umphongolo kaNkulunkulu wawukubantwana bakwa-Israyeli ngaleso sikhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ