Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 12:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kepha uma ningalilaleli izwi likaJehova, nihlubuke emyalezweni kaJehova, isandla sikaJehova siyakumelana nani, njengalokho samelana nawoyihlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kepha uma ningalaleli izwi likaJehova, nihlubuke esiyalezweni sikaJehova, khona isandla sikaJehova siyakumelana nani, njengalokho samelana nawoyihlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Kepha uma ningalaleli izwi likaSimakade, nihlubuka esiyalezweni sikaSimakade, isandla sikaSimakade siyakumelana nani, njengalokhu samelana nokhokho benu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 12:15
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphuma ukumhlangabeza u-Asa, wathi kuye: “Ngilalele, Asa nawe wonke uJuda noBenjamini! UJehova unani nina nina; uma nimfuna, uyakufunyanwa nguwe; kepha uma nimshiya, uyakunishiya.


Kepha uma nala, nihlubuka, niyakuqedwa ngenkemba, ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.


Maye kwababi! kuyakuba kubi kuye, ngokuba inkokhelo yezandla zakhe iyakunikwa yona.


UJehova ulungile; ngokuba ngahlubuka emyalezweni wakhe.


Ngokuba ngiyabazi ubulukhuni bakho nentamo yakho elukhuni; bhekani, ngisekhona nani namuhla nihlubukile kuJehova; Kakhulu kangakanani emva kokufa kwami?


Uma nimshiya uJehova, nikhonze onkulunkulu bezizweni, uyakuniguqula, alinise, anibhubhise emva kokuba esenenzele okuhle.


Nomaphi lapho bephumela khona, isandla sikaJehova sasimelene nabo ngokubi, njengokukhuluma kukaJehova nanjengoba uJehova wayebathembisile ngesifungo; bakhathazeka kakhulu.


Lapho sebekhohlwa uJehova uNkulunkulu wabo, wathengisa ngabo esandleni sikaSisera induna yempi yaseHasori, nasesandleni samaFilisti, nasesandleni senkosi yakwaMowabi, balwa nabo.


Kwathi sebewuzuzile, isandla sikaJehova saba phezu komuzi ngokuchitha okukhulu kakhulu; izingxenye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ