1 Samuweli 12:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Uma nimesaba uJehova, nimkhonze, nilalele izwi lakhe, ningahlubuki ezwini likaJehova, nina nenkosi enibusayo niyakulandela uJehova uNkulunkulu wenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Uma nimesaba uJehova, nimkhonze, nilalele izwi lakhe, ningahlubuki esiyalezweni sakhe, khona nina nenkosi yenu ebusa phezu kwenu niyakulandela uJehova uNkulunkulu wenu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Uma nimesaba uSimakade nimkhonza, nilalela izwi lakhe, ningahlubuki esiyalezweni somlomo kaSimakade, nina nenkosi yenu enibusayo, nilandela uSimakade uNkulunkulu wenu, nenza kahle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.