1 Samuweli 10:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 USamuweli wayesebatshela abantu indlela yombuso, wayiloba encwadini, wayibeka phambi kukaJehova. USamuweli wayesebamukisa bonke abantu, kwaba yilowo nalowo waya endlini yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 USamuweli wayesebatshela abantu amalungelo ombuso, wawaloba encwadini, wayibeka phambi kukaJehova. USamuweli wamukisa bonke abantu, yilowo nalowo waya ekhaya lakubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 USamuweli wayesebatshela abantu ngamalungelo ombuso, wawaloba encwadini, wayibeka phambi kukaSimakade. USamuweli wayidedela inhlangano yahlakazeka, kwayilowo nalowo muntu wabuyela ekhaya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |