Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 1:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wayesethi u-Elkana umyeni wakhe kuye: “Yenza okuhle emehlweni akho; hlala uze umlumule; nguJehova kuphela oqinisa izwi lakhe. Owesifazane wayesehlala, wancelisa indodana yakhe waze wayilumula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesethi u-Elkana umyeni wakhe kuye: “Yenza okuhle emehlweni akho; hlala uze umlumule; uJehova makaqinise izwi lakhe kuphela.” Owesifazane wayesehlala, wancelisa indodana yakhe waze wayilumula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 U-Elikhana, umyeni wakhe, wathi kuye: “Yenza okuhle emehlweni akho; hlala uze umlumule; uSimakade makaqinise izwi lakhe kuphela.” Owesifazane wayesehlala, wayincelisa indodana yakhe waze wayilumula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 1:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi owalikhuluma ngenceku yakho nangendlu yayo liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.


Lapho ngivuka ekuseni ukuba ngincelise umntanami, bheka, wayesefile; kodwa lapho ngikucabangela ekuseni, bheka, kwakungeyona indodana yami engayizala.


Kodwa nguwe owangikhupha esizalweni sikanina; Wangenza ngaba nethemba ngisesemabeleni kamama.


oqinisa izwi lenceku yakhe nofeza icebo lezithunywa zakhe; othi kulo iJerusalema: Liyakuhlalwa; nasemizini yakwaJuda: Niyakwakhiwa, ngivuse izindawo zayo ezidilikileyo.


Kodwa uma indoda yakhe isichithile impela ngosuku ekuzwa ngalo; khona-ke okuphuma ezindebeni zakhe mayelana nezifungo zakhe noma ngesibopho somphefumulo wakhe ngeke kube khona; umyeni wakhe wayichitha; uJehova uyakumthethelela.


Maye kwabakhulelweyo nakwabancelisayo ngalezo zinsuku!


Kwasekusithi ekhuluma lezizinto, owesifazana othile esixukwini waphakamisa ilizwi, wathi kuye: Sibusisiwe isibeletho esakuthwalayo, lamabele owawancelayo.


U-Eli waphendula wathi: “Hamba ngokuthula; uNkulunkulu ka-Israyeli uyakukunika ukunxusa kwakho okucelile kuye.”


USawule wathi: “Masiwalandele amaFilisti ebusuku, siwaphange kuze kuse, singashiyi noyedwa wawo. Futhi bathi: Yenza noma yini enhle emehlweni akho. Wayesethi umpristi: “Masisondele kuNkulunkulu.


Wayesethi ku-Israyeli wonke: “Yibani nganxanye, mina noJonathani indodana yami siyakuba ngalapha.” Abantu bathi kuSawule: “Yenza okuhle emehlweni akho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ