Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 7:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba ngiyathanda ukuba bonke abantu babe njengami; Kodwa yilowo nalowo unesiphiwo sakhe esivela kuNkulunkulu, omunye kanje, omunye kanje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Nokho ngingathanda ukuba abantu bonke babe njengami; kepha yilowo nalowo unesakhe isiphiwo somusa esivela kuNkulunkulu, omunye kanje, omunye kanje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ngifisa ukuba abantu bonke babe njengami, kodwa yilowo nalowo muntu unesiphiwo sakhe esivela kuNkulunkulu, omunye uphiwe lesi, omunye uphiwe lesiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba ngiyathanda ukuba bonke abantu babe njengami; Kodwa yilowo nalowo unesiphiwo sakhe esivela kuNkulunkulu, omunye kanje, omunye kanje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 7:7
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi uLabani: “Bheka, ngiyathanda ukuba kube njengezwi lakho.”


UPawuli wasesithi: Ngithanda kuNkulunkulu ukuthi, kungabi nguwe wedwa, kodwa labo bonke abangizwayo lamuhla, kokubili ngokuseduze, nangokuphelele, babe njengami, ngaphandle kwalezizibopho.


Ngakho-ke silezipho ezehlukene ngokomusa esiwuphiweyo, noma ukuprofetha, asiprofethe ngokwesilinganiso sokukholwa;


Kepha konke lokho kusebenza yena lowo Moya munye, ebabela yilowo nalowo ngokunye ngokuthanda kwakhe.


Kukhona-ke iziphiwo izinhlobonhlobo, kodwa uMoya munye.


Ngakho ngithi kwabangashadile nakubafelokazi: Kuhle kubo, uma behlala njengami.


Kepha mina angisebenzisanga nokukodwa kwalezo zinto, futhi angikulobanga lezizinto ukuba kwenziwe kanjalo kimi, ngokuba kungaba ngcono kimi ukuba ngife kunokuba umuntu enze ize ukuziqhayisa kwami.


Asinagunya lokuhamba nodadewenu, umkakho, nabanye abaphostoli, nabafowabo beNkosi, noKhefase?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ