Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kwabaseKorinte 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Lingagodlelani, ngaphandle kokuthi kube kukuvumelana okwesikhathi, ukuze lizinikele ekuzileni ukudla lekukhulekweni; nibuye nihlangane, ukuze uSathane anganilingi ngokungazithibi kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhathi ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhashana ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Lingagodlelani, ngaphandle kokuthi kube kukuvumelana okwesikhathi, ukuze lizinikele ekuzileni ukudla lekukhulekweni; nibuye nihlangane, ukuze uSathane anganilingi ngokungazithibi kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kwabaseKorinte 7:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kubantu: “Anilungile ngosuku lwesithathu; ningezi kubafazi benu.


Buthani abantu, ningcwelise ibandla, amalunga aqoqe, abuthe abantwana nabamunya amabele; akaphume umyeni ekamelweni lakhe, nomakoti aphume engutsheni yakhe.


Kepha wathi kubo: “Bonke abanakulamukela leli zwi, kuphela abalinikiweyo.


Ngalokho kwathi ngingasenakubekezela, ngathumela ukuba ngazi ukukholwa kwenu, funa mhlawumbe umlingi unilingile, umshikashika wethu ube yize.


Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.


nokukhuluma kubapristi ababesendlini kaJehova Sebawoti nakubaprofethi, ngithi: “Ngikhale yini ngenyanga yesihlanu, ngizehlukanise, njengalokho ngenzile iminyaka engaka na?”


Uma izithathela omunye umfazi; ukudla kwakhe, nezingubo zakhe, nemfanelo yakhe yokugana, makanganciphisi.


Umfazi kanamandla phezu kowakhe umzimba, yindoda yakhe; kanjalo nendoda ayinagunya kowakhe umzimba, ngumfazi kodwa.


Nokho lolu hlobo aluphumi kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ