Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kuThimothewu 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha uma umfelokazi enabantwana noma enabazukulwane, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha ekhaya, babuyisele umvuzo kubazali babo, ngokuba lokho kuhle kuyabongeka phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha uma umfelokazi enabantwana noma enabazukulwane, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha indlu yakwabo, babuyisele okufaneleyo kubazali babo, ngokuba kuyabongeka lokho phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Kepha uma umfelokazi enabantwana noma abazukulu, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha indlu yakwabo, benze okufaneleyo kubazali babo bekhombisa ukubonga, ngokuba lokho kwamukelekile phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kepha uma umfelokazi enabantwana noma enabazukulwane, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha ekhaya, babuyisele umvuzo kubazali babo, ngokuba lokho kuhle kuyabongeka phambi kukaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kuThimothewu 5:4
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJosefa wondla uyise nabafowabo nendlu yakhe yonke ngesinkwa ngokwezizukulwane zabo.


UJakobe wahlala iminyaka eyishumi nesikhombisa ezweni laseGibithe; Iyonke iminyaka kaJakobe yaba yiminyaka eyikhulu namashumi amane nesikhombisa.


Akayikuba nandodana noma mzukulu phakathi kwabantu bakubo, nensali ezindaweni zakhe zokuhlala.


Abantwana bakhe bayasukuma bathi ubusisiwe; nomyeni wakhe, futhi uyamncoma.


Ngokuba ngiyakubavukela, usho uJehova Sebawoti, nginqume eBabele igama, nensali, nendodana, nomshana, isho iNkosi.


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.


Ngokuba lokhu kuhle, kuyabongeka phambi kukaNkulunkulu uMsindisi wethu;


Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili.


abamelwe ukuvalwa umlomo, abachitha izindlu ziphela, befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.


Wayenamadodana angamashumi amane namadodana omfowabo angamashumi amathathu agibela izimbongolo ezingamashumi ayisithupha; wahola u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili.


Wakuthatha, waya emzini, uninazala wakubona abekuthathile;


URuthe umMowabi wasesithi kuNawomi: Ake ngiye elizweni, ngikhothoze emva kwalowo engizathola umusa emehlweni akhe. Wathi kuye: “Hamba, ndodakazi yami;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ