Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 kuThimothewu 5:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ungalamukeli ukumangalelwa ngelunga, ngaphandle kofakazi ababili noma abathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Icala eliqondene nelunga ungalemukeli, kungekho ofakazi ababili noma abathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Ungalemukeli icala elethweswe ilunga kungekho ofakazi ababili noma abathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Ungalamukeli ukumangalelwa ngelunga, ngaphandle kofakazi ababili noma abathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 kuThimothewu 5:19
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.


UPilatu wayesephumela kubo, wathi: “Nimbeka cala lini lumuntu na?


Nasemlayweni wenu kulotshiwe ukuthi ubufakazi babantu ababili buqinisile.


Bakwenza-ke lokho, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBarnaba noSawulu.


Engabaphendula ngathi: Kakusiwo umkhuba wamaRoma ukunikela umuntu ukuthi afe, omangalelweyo engakahlanganisi abammangalelayo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala lakhe.


Sekungokwesithathu ngiza kini. Ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi ayakuqiniswa.


Ngomlomo wawofakazi ababili noma kofakazi abathathu, lowo ofanele ukufa makabulawe; kodwa ngomlomo wofakazi oyedwa kayikubulawa.


Ufakazi oyedwa akayikuma ngomuntu ngobubi noma ngesono kunoma yisiphi isono one ngaso; ngomlomo wawofakazi ababili noma ngomlomo wawofakazi abathathu indaba iyakuqiniswa.


Ungasideleli isiphiwo esikuwe, owasiphiwa ngesiprofetho ngokubekwa izandla zabadala.


Amalunga aphatha kahle makabalwe njengabafanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo asebenza kanzima ezwini nasekufundiseni.


uma ekhona ongasolekiyo, eyindoda emfazi munye, enabantwana abakholwayo abangabekwa icala lokungalaleli noma abangalaleli.


Odelele umthetho kaMose wafa engenasihawu ngofakazi ababili noma abathathu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ