Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 EJerusalema kwahlala abanye babantwana bakwaJuda nabanye babantwana bakwaBenjamini nabanye babantwana bakwa-Efrayimi noManase;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 EJerusalema kwahlala kubantwana bakwaJuda, nakubantwana bakwaBenjamini, nakubantwana bakwa-Efrayimi noManase:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 EJerusalema kwakuhlala abakwaJuda, abakwaBhenjamini, nabakwa-Efrayimi, noManase:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Laba babeyizinhloko zawoyise ngemindeni yabo, amadoda ayizinhloko. Babehlala eJerusalema.


u-Uthayi indodana ka-Amihudi indodana ka-Omri indodana ka-Imri indodana kaBani emadodaneni kaPheresi indodana kaJuda.


Ngemva kwabo bevela ezizweni zonke zakwa-Israyeli beza eJerusalema labo ababebeke izinhliziyo zabo ekufuneni uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuze bahlabele uJehova uNkulunkulu wawoyise.


Kodwa abanye bako-Asheri lakaManase loZebuloni bazithoba bafika eJerusalema.


Izikhulu zabantu zazihlala eJerusalema; abanye abantu benza inkatho yokubeka oyedwa kwabayishumi ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nezabelo eziyisishiyagalolunye kweminye imizi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ