Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Bachitha ubusuku bezungeza indlu kaNkulunkulu, ngokuba umyalo wawuphezu kwabo, ukuvulwa kwayo kwakuphezu kwabo njalo ekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Bahlala ebusuku bezungeza indlu kaNkulunkulu, ngokuba kwakungokwabo ukuyilinda, kwakungokwabo futhi ukuyivula ekuseni imihla ngemihla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Ebusuku babehlala beyizungeza indlu kaNkulunkulu, ngokuba yibona okwakumele bayiqaphe, bayivule futhi ekuseni, imihla ngemihla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:27
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba lawa maLevi, abalindisango abane abakhulu, babesezikhundleni zabo, bephethe amakamelo nengcebo yendlu kaNkulunkulu.


Abanye kubo babephethe izitsha zenkonzo ukuba bazingenise bazikhiphe njengomthetho.


(Ihubo lamabanga.) Bhekani, dumisani uJehova nina nonke zinceku zikaJehova enimi endlini kaJehova ebusuku.


Ngabangenisa endlini kaJehova ekamelweni lamadodana kaHanani indodana ka-Igidaliya, umuntu kaNkulunkulu, owayesendlini yezikhulu eyayiphezu kwekamelo likaMahaseya indodana ka-Igidaliya.


Ubani phakathi kwenu oyohluthulela ize iminyango? aniwubasa ngeze e-altare lami. Angithokozi ngani, usho uJehova Sebawoti, futhi angiyikwamukela noma yimuphi umhlatshelo esandleni senu.


USamuweli walala kwaze kwasa, wavula iminyango yendlu kaJehova. USamuweli wesaba ukubonisa u-Eli ubuso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ