Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Abafowabo ababesemizini yabo kwakumelwe bahambe nabo izikhathi ngezikhathi emva kwezinsuku eziyisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Abafowabo emizaneni yabo babeyakungena emva kwezinsuku eziyisikhombisa njalo izikhathi ngezikhathi ukuba babe nabo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Abafowabo emizaneni yabo babengena njalo emveni kwezinsuku eziyisikhombisa, izikhathi ngezikhathi, ukuba babe nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:25
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabayala wathi: “Nansi into eniyakuyenza; Ingxenye yesithathu yenu engena ngesabatha kumelwe futhi ibe ngabalindi bendlu yenkosi;


Futhi izingxenye ezimbili zenu nonke eniphuma ngesabatha, yebo, kumelwe zigcine umlindi wendlu kaJehova phezu kwenkosi.


Lezi kwakuyizimiso zabo enkonzweni yabo yokungena endlini kaJehova njengomthetho wabo ngaphansi kukayise u-Aroni, njengoba nje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli emyalile.


Abalindisango babenezinhlangothi ezine, ngasempumalanga, nangasentshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu.


Ngokuba lawa maLevi, abalindisango abane abakhulu, babesezikhundleni zabo, bephethe amakamelo nengcebo yendlu kaNkulunkulu.


Nansi into eniyakuyenza; ingxenye yesithathu yenu abangena ngesabatha, yabapristi namaLevi, iyakuba ngabalindisango;


AmaLevi nawo wonke uJuda benza njengakho konke uJehoyada umpristi ayekuyalile, bathatha, kwaba yilowo nalowo abantu bakhe ababengena ngesabatha kanye nabaphuma ngesabatha; ngokuba uJehoyada umpristi akammukisanga izifundo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ