Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bona nabantwana babo balinda amasango endlu kaJehova, indlu yetabernakele njengabalindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Bona nabantwana babo babephethe amasango endlu kaJehova, indlu yetende, belinda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Bona nabozalo lwabo babephethe amasango endlu kaSimakade, indlu yethende, beyiqapha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bagcina inkonzo yetende lokuhlangana, nenkonzo yendlu engcwele, nenkonzo yamadodana ka-Aroni, abafowabo, enkonzweni yendlu kaJehova.


Phakathi kwazo kwakukhona izigaba zabalindisango phakathi kwezikhulu, ezazinabalindi omunye komunye ukuze bakhonze endlini kaJehova.


Bonke laba ababekhethwe ukuba babe ngabalindisango basemasangweni babengamakhulu amabili neshumi nambili. Babhalwa ngezizukulwane zabo emadolobheni abo, uDavide noSamuweli umboni ababewabeka esikhundleni sabo kuze kube phakade.


Abalindisango babenezinhlangothi ezine, ngasempumalanga, nangasentshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu.


Wamisa abalindisango emasangweni endlu kaJehova, ukuze kungangeni muntu ongcolile nganoma yini.


Abahlabeleli nabalindisango bagcina umlindo kaNkulunkulu wabo nomlindo wokuhlanjululwa ngokomyalo kaDavide noSolomoni indodana yakhe.


Wathi kimi: “Leli kamelo elibheke ngaseningizimu ngelabapristi abagcina inkonzo yendlu.”


Kodwa ngiyobamisa ukuba babe abaqaphi benkonzo yendlu kuwo wonke umsebenzi wayo wenkonzo nakho konke okumelwe kwenziwe kuyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ