Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 obesehlale esangweni lenkosi ngasempumalanga kuze kube manje; babengabalindisango ngezigaba zabantwana bakwaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwaze kwaba kuleso sikhathi babe sesangweni lenkosi ngasempumalanga; babe ngabalindisango bekamu* labantwana bakwaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kwaze kwaba yileso sikhathi bengabalindi besango lenkosi ngasempumalanga; babengabalindisango benkambu yabozalo lukaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 9:18
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nokudla kwetafula lakhe, nokuhlala kwezinceku zakhe, nenkonzo yezinceku zakhe, nezingubo zazo, nabaphathizitsha bakhe, nezintaba zakhe akhuphukela ngakho endlini kaJehova; kwakungasekho umoya kuye.


Wathatha izinduna zamakhulu, nezinduna, nabalindi, nabo bonke abantu bezwe; zayehlisa inkosi endlini kaJehova, zangena ngesango labalindi endlini yenkosi. Wahlala esihlalweni sobukhosi samakhosi.


Futhi indawo yokucasha yesabatha abayakha endlini, nomnyango wenkosi ongaphandle, wakufulathela endlini kaJehova enkosini yase-Asiriya.


Abalindisango babengoShalumi, no-Akubi, noThalimoni, no-Ahimani, nabafowabo; uShalumi wayeyinhloko;


UShalumi, indodana kaKora, indodana ka-Ebiyasafa, indodana kaKhora, nabafowabo bendlu kayise, amaKhora, babephethe umsebenzi wenkonzo, nabalindi bamasango etabernakele, kanye nawoyise, phezu kwebutho leNkosi kwakukhona abalindi bomnyango.


Ngabangenisa endlini kaJehova ekamelweni lamadodana kaHanani indodana ka-Igidaliya, umuntu kaNkulunkulu, owayesendlini yezikhulu eyayiphezu kwekamelo likaMahaseya indodana ka-Igidaliya.


Wayesengibuyisela ngasesangweni lendlu engcwele elingaphandle elibheke ngasempumalanga; lase livaliwe.


Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ