Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 8:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Laba babeyizinhloko zawoyise ngemindeni yabo, amadoda ayizinhloko. Babehlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Laba babeyizinhloko zezindlu zawoyise, beyizinhloko ngokwezizukulwane zabo; babehlala eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 8:28
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noJaresiya, no-Eliya, noSigri, amadodana kaJerohamu.


Uyise kaGibeyoni wahlala eGibeyoni; ogama lomkakhe lalinguMahakha;


UMikilothi wazala uSimeya. Nabo bahlala nabafowabo eJerusalema malungana nabo.


EJerusalema kwahlala abanye babantwana bakwaJuda nabanye babantwana bakwaBenjamini nabanye babantwana bakwa-Efrayimi noManase;


Lezi izinhloko zemindeni yamaLevi zaziyizinhloko zemindeni yazo; bahlala eJerusalema.


kubantwana bakwaBenjamini; uSalu indodana kaMeshulamu indodana kaHodawiya indodana kaHasenuwagi,


Izikhulu zabantu zazihlala eJerusalema; abanye abantu benza inkatho yokubeka oyedwa kwabayishumi ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nezabelo eziyisishiyagalolunye kweminye imizi.


Kepha amaJebusi akhileyo eJerusalema abantwana bakwaJuda babengenakuwaxosha; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaJuda eJerusalema kuze kube namuhla.


neSela, ne-Elefi, neJebusi eliyiJerusalema, neGibeyati, neKiriyati; imizi eyishumi nane nemizana yayo. Leli laliyifa labantwana bakwaBhenjamini ngezizukulwane zabo.


Abantwana bakwaBenjamini abawaxoshanga amaJebusi ayehlala eJerusalema; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaBenjamini eJerusalema kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ