Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Amadodana kaBenjamini; uBhela, noBekeri, noJediyayeli, bebathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Amadodana kaBenjamini: ngoBela, noBekeri, noJediyayeli, bebathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Amadodana kaBhenjamini: kwakunguBhela, uBhekheri noJediyayeli; emathuthu esewonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaBhenjamini kwakunguBhela, noBhegeri, no-Ashibeli, noGera, noNahamani, no-Ehi, noRose, noMuphimi, noHupimi, no-Ardi.


Abafowabo, ezizukulwaneni zonke zika-Isakare, babengamaqhawe anamandla, beyizinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili nesikhombisa bebonke.


Amadodana kaBela ngu u-Esboni, no-Uzi, no-Uziyeli, noJerimoti, no-Iri, beyisihlanu; izinhloko zezindlu zawoyise, amaqhawe anamandla; futhi ngokwemilibo yabo yokuzalwa babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namashumi amathathu nane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ