Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uyise u-Efrayimi walila izinsuku eziningi, abafowabo beza ukumduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 U-Efrayimi uyise walila izinsuku eziningi; abafowabo beza ukumduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 U-Efrayimi uyise walila izinsuku eziningi; abafowabo beza bamduduza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe waklebhula izingubo zakhe, wembatha indwangu yesaka okhalweni lwakhe, walilela indodana yakhe izinsuku eziningi.


Onke amadodana akhe nawo onke amadodakazi akhe asuka ukumduduza; kepha wala ukududuzwa; wathi: “Ngokuba ngiyakwehlela endaweni yabafileyo ngilila indodana yami.” Ngakho uyise wamkhalela.


NoZabadi indodana yakhe, noSutela indodana yakhe, no-Ezeri, no-Eleyadi ababulala abantu baseGati ababezalelwe kulelo zwe, ngokuba behla ukuzothatha izinkomo zabo.


Esengenile kumkakhe, wakhulelwa, wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uBeriya, ngokuba izinto zazingahambi kahle endlini yakhe.


Kwathi abangane bakaJobe abathathu bezwa ngakho konke lokhu okubi okumehleleyo, bafika, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe; uElifazi umThemani, noBhilidadi umShuhi, noSofari umNahama; ngoba benza isivumelwano sokudabuka kanye lokumduduza.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ