Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Amadodana kaThola: nguShela; o-Uzi, noRefaya, noJeriyeli, noJagimayi, noJibisamu, noSemuweli, izinhloko zezindlu zawoyise, bengabakaThola; babengamaqhawe anesibindi ezizukulwaneni zabo; inani labo ngemihla kaDavide laliyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Amadodana kaThola: ngo-Uzi, noRefaya, noJeriyeli, noJahemayi, no-Ibisamu, noShemuweli, izinhloko zezindlu zawoyise, abakwaThola, amaqhawe anamandla ngezizukulwane zawo; umumo wawo ngezinsuku zikaDavide wawuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Amadodana kaThola: kwakungu-Uzi, uRefaya, uJeriyeli, uJahemayi, u-Ibhisamu, noShemuweli. Babeyizinhloko zezindlu zokhokho babo, abakwaThola, bengamaqhawe anamandla ngezizukulwane zabo. Ubuningi babo ngesikhathi sikaDavide babeyizi-22 600.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:2
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantwana bakwa-Israyeli ngomumo wabo, izinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nababonisi babo abakhonza inkosi kunoma yisiphi isigaba sezigaba, abangena baphume inyanga nenyanga ezinyangeni zonke. Onyakeni, esigabeni ngasinye yayiyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Amadodana ka-Isakare: ngoThola, noPhuwa, noJashubi, noShimroni, bebane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ