Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 7:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Udadewabo uHamolekete wazala uJesudi, no-Abiyezeri, noMahala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Udadewabo uHamoleketi wazala o-Ishihodi, no-Abiyezeri, noMahela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Udadewabo, uHamolekhethi, wazala u-Ishihodi, u-Abhiyezeri noMahela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 7:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana ka-Ulamu: Phenduka. Laba babengamadodana kaGileyadi indodana kaMagiri indodana kaManase.


Amadodana kaSemida kwakungu-Ahyan, noShekemi, noLiki, no-Anjamu.


Lawa angamadodana kaGileyadi: kwaJeseri: ngumndeni wakwaJeseri; kwaHeleki: ngumndeni wakwaHeleki;


Kwakukhona nabanye abantwana bakwaManase abaningi ngemindeni yabo; kubantwana bakwa-Abiyezeri, nakubantwana bakwaHeleki, nakubantwana bakwa-Asiriyeli, nakubantwana bakwaShekemi, nakubantwana bakwaHeferi, nakubantwana bakwaSemida; labo babe ngamadodana kaManase indodana kaJosefa ngemindeni yabo.


Kwafika ingelosi kaJehova, yahlala phansi kwesihlahla somtholo esasise-Ofira, esingesikaJowashi umAbiyeze; uGideyoni indodana yakhe wayebhula ukolweni esikhamweni sewayini ukuze amfihle kumaMidiyani.


UGideyoni wamakhela khona uJehova i-altare, walibiza ngokuthi: UJehova, ukuthula; kuze kube namuhla iseOfira lama-Abiyezeri.


UMoya kaJehova wehlela kuGideyoni, wabetha icilongo; no-Abiyezeri wabuthana emva kwakhe.


Wathi kubo: “Ngenzeni manje uma kuqhathaniswa nani na?” Ulibo lwezithelo zomvini zakwa-Efrayimi alungcono yini kunokuvuna umvini wase-Abiyezeri na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ