Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 U-Ahithubi wazala uSadoki, noSadoki wazala u-Ahimahazi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 u-Ahithubi wazala uSadoki; uSadoki wazala u-Ahimahasi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 u-Ahithubi wazala uZadoki; uZadoki wazala u-Ahimahazi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:8
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yathi kuSadoki umpristi: “Awusiye umboni na? buyela emzini ngokuthula, namadodana enu omabili kanye nani, u-Ahimahasi indodana yakho noJonathani indodana ka-Abiyathara.


UHushayi wayesethi kuSadoki naku-Abiyathara abapristi: “U-Ahithofeli weluleka kanje nakanje ku-Abisalomu namadoda amadala akwa-Israyeli; futhi nganikeza iseluleko.


OJonathani no-Ahimahasi bahlala e-Eni Rogeli; ngoba babengabonwa bengena emzini. Bahamba bayitshela inkosi uDavide.


Lapho izinceku zika-Abisalomu zifika kowesifazane endlini, zathi: “Baphi o-Ahimayo noJonathani na? Owesifazane wathi kubo: “Bawela umfula wamanzi.” Kwathi sebebafunile kodwa ababatholanga, babuyela eJerusalema.


U-Ahimaewu indodana kaSadoki wayesethi: “Mangigijime, ngitshele inkosi ukuthi uJehova umphindisele ezitheni zakhe.”


U-Ahimayewu indodana kaSadoki wabuye wathi kuJowabe: “Kepha nami mangigijime ngilandele umKushi.” Wayesethi uJowabe: “Ugijimelani, ndodana yami, lokhu ungazi na?


USheva wayengumbhali, uSadoki no-Abiyathara babengabapristi.


uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


USadoki umpristi noNathani umprofethi bamgcobe khona abe yinkosi kwa-Israyeli; nishaye icilongo nithi: ‘Mayisindiswe inkosi uSolomoni!


Inkosi yathuma uSadoki umpristi, noNathani umprofethi, noBenaya indodana kaJehoyada, namaKreti namaPheleti kanye naye, bamkhwelisa kuwo umnyuzi wenkosi.


Kepha uSadoki umpristi, noBenaya indodana kaJehoyada, noNathani umprofethi, noShimeyi, noReyi, namaqhawe kaDavide, babengekho ku-Adoniya.


Inkosi yasibeka uBenaya indodana kaJehoyada ekamelweni lakhe phezu kwempi; uSadoki umpristi wamisa inkosi ekamelweni lika-Abiyathara.


noSadoki insizwa, iqhawe elinamandla, nasendlini kayise izinduna ezingamashumi amabili nambili.


UDavide wabahlukanisa, uZadoki emadodaneni ka-Eleyazare no-Ahimeleki emadodaneni ka-Itamari ngokwezikhulu zabo enkonzweni yabo.


uMerayoti wazala u-Amariya, no-Amariya wazala u-Ahithubi,


U-Ahimahazi wazala u-Azariya no-Azariya kuJohanani,


U-Azariya, umpristi omkhulu wendlu kaSadoki, wamphendula wathi: “Selokhu abantu beqala ukuletha imihlatshelo endlini kaJehova, sasutha, kwasala inala, ngokuba uJehova ubusise umhlambi wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ