Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:71 - Contemporary Zulu Bible 2024

71 Amadodana kaGereshomu aphiwa ozalweni lwengxenye yesizwe sakwaManase: iGolani eBashani namadlelo alo, ne-Ashitaroti namadlelo alo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

71 Amadodana kaGereshomu anikwa emndenini wenxenye yesizwe sakwaManase iGolanu, eBashani, namadlelo alo ne-Ashitaroti namadlelo alo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

71 Abozalo lukaGereshomu banikwa emndenini wengxenye yesizwana sakwaManase iGolanu, iBhashani namadlelo alo, i-Ashitharothi namadlelo alo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:71
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Engxenyeni yesizwe sakwaManase; I-Aneri nedlelo lakhe, noBileyamu nedlelo lakhe, esizukulwaneni sensali yamadodana kaKohati.


Esizweni sakwa-Isakare; iKedesi nedlelo layo, neDaberat nedlelo layo,


Ngemva kokubulala uSihoni, inkosi yama-Amori, owayehlala eHeshiboni, no-Ogi inkosi yaseBashani, owayehlala e-Ashitaroti e-Edireyi.


EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.


Inxenye yakwaGileyadi, ne-Ashitaroti, ne-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani, yayingelabantwana bakwaMagiri indodana kaManase, inxenye yabantwana bakwaMagiri ngemindeni yabo.


Ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga bamisa iBezeri ehlane ethafeni esizweni sakwaRubeni, neRamoti kwaGileyadi esizweni sakwaGadi, neGolani eBashani esizweni sakwaManase.


Abantwana bakwaGereshoni emindenini yamaLevi banikwa enye inxenye yesizwe sakwaManase iGolani eBashani nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokuhlatshwa; kanye neBeestera nedlelo layo; imizi emibili.


Abantwana bakwaGereshoni babelwa imizi eyishumi nantathu emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasenxenyeni yesizwe sakwaManase eBashani.


nakho konke akwenza emakhosini amabili ama-Amori ayengaphesheya kweJordani, kuSihoni, inkosi yaseHeshiboni, naku-Ogi inkosi yaseBashani owayese-Ashitaroti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ