Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:61 - Contemporary Zulu Bible 2024

61 Abantwana bakwaKohati abasala ohlwini lozalo lwaleso sizwe banikwa imizi eyishumi engxenyeni yesizwe sakwaManase ngenkatho imizi eyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 Amadodana aseleyo kaKohati anikwa ngenkatho emndenini wesizwe, enxenyeni yesizwe, inxenye kaManase, imizi eyishumi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

61 Abozalo lukaKhohathi ababesele banikwa ngonkatho imizi elishumi emndenini, engxenyeni yesizwana sakwaManase, emindenini yakhona ngokwemindeni yawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:61
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


Futhi yibo abalinda nabantwana babo. Kumadodana amaKohati: nguHemani umculi, indodana kaJoweli, indodana kaSamuweli,


Esizweni sakwaBenjamini; iGeba nedlelo layo, neAlemeti nedlelo layo, neAnathoti nedlelo layo. Yonke imizi yabo ngemindeni yabo yayiyimizi eyishumi nantathu.


Oonyana bakaGereshomu ngemindeni yabo banikwa imizi eyishumi nantathu esizweni sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasesizweni sakwaManase eBashani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ