Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:60 - Contemporary Zulu Bible 2024

60 Esizweni sakwaBenjamini; iGeba nedlelo layo, neAlemeti nedlelo layo, neAnathoti nedlelo layo. Yonke imizi yabo ngemindeni yabo yayiyimizi eyishumi nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 nasesizweni sakwaBenjamini, iGeba namadlelo alo, ne-Alemeti namadlelo alo, ne-Anathoti namadlelo alo. Yonke imizi yawo ngemindeni yawo yayiyimizi eyishumi nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

60 Esizwaneni sakwaBhenjamini bawanika iGebha namadlelo alo, i-Alemethi namadlelo alo, ne-Anathothi namadlelo alo. Isiyonke imizi yawo ngokwemindeni yawo yayiyimizi eli-13.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:60
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umpristi uAbiyathara wathi enkosini: “Hamba uye e-Anathoti ensimini yakho; ngoba ufanelwe ukufa, kodwa kangiyikukubulala ngalesisikhathi, ngoba wawuthwele umtshokotsho weNkosi uJehova phambi kukaDavida ubaba, langoba wawucindezelwe kukho konke ubaba ayecindezelwe ngakho.


ne-Asan nedlelo layo, neBeti Shemeshi nedlelo layo;


Abantwana bakwaKohati abasala ohlwini lozalo lwaleso sizwe banikwa imizi eyishumi engxenyeni yesizwe sakwaManase ngenkatho imizi eyishumi.


Lawa angamadodana ka-Ehudi: lezi ziyizinhloko zawoyise zabakhileyo eGeba, basuka baya eManahati.


nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.


Phakamisa izwi lakho, O ndodakazi yaseGalimi, malizwakale eLayisi, O Anatoti ompofu!


Amazwi kaJeremiya indodana kaHilikiya wabapristi base-Anathoti ezweni lakwaBenjamini:


Kakuyikuba khona insali kubo, ngokuba ngiyakwehlisela okubi phezu kwabantu base-Anathoti, umnyaka wokuhanjelwa kwabo.


UJeremiya wayesesuka eJerusalema waya ezweni lakwaBenjamini, azehlukanise khona phakathi kwabantu.


neKefari-Hamonayi, ne-Ofini, neGaba; imizi eyishumi nambili nemizana yayo;


UJonathani wachitha ikampu yamaFilisti eyayiseGeba; amaFilisti ezwa ngakho. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “Makezwe amaHeberu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ