Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 U-Eleyazare wazala uFinehasi, uFinehasi wazala u-Abishuwa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 U-Eleyazare wazala uFinehasi; uFinehasi wazala u-Abishuwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 U-Eleyazare wazala uFinehasi; uFinehasi wazala u-Abhishuwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:4
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


Amadodana kaMerari; UMahli noMusi. Amadodana kaMageli; u-Eleyazare noKis.


Amadodana kaMerari: ngoMageli noMushi; amadodana kaJahsiya; Beno.


Abantwana bakwa-Amramu; u-Aroni noMose noMiriyamu. Futhi amadodana ka-Aroni; oNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari.


Lawa angamadodana ka-Aroni; indodana yakhe u-Eleyazare, indodana yakhe uFinehasi, indodana yakhe u-Abishuwa,


UFinehasi indodana ka-Eleyazare wayengumbusi phezu kwabo ngaphambili, uJehova wayenaye.


Ngesandla esihle sikaNkulunkulu wethu esiphezu kwethu basilethela indoda ehlakaniphileyo emadodaneni kaMagi, indodana kaLevi, indodana ka-Israyeli; noSherebiya namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nesishiyagalombili;


Emadodaneni kaFinehasi; emadodaneni ka-Itamari: emadodaneni kaDavide; Hattush.


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wazithathela enye yamadodakazi kaPhuthiyeli, yaba ngumkakhe; wamzalela uFinehasi. Lezi ziyizinhloko zemindeni yamaLevi ngezizukulwane zabo.


Kuyakuba naso, nenzalo yakhe emva kwakhe isivumelwano sobupristi obuphakade; ngoba wayeshisekela uNkulunkulu wakhe, wabenzela ukubuyisana abantwana bakwa-Israyeli.


UMose wabathuma empini, inkulungwane esizweni, bona noFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi, baye empini, bephethe izinto ezingcwele namacilongo okubethwa esandleni sakhe.


UJoshuwa wambusisa, wamnika uKalebi indodana kaJefune iHebroni njengefa.


Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.


Abantwana bakwa-Israyeli bathumela kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nasengxenyeni yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi uFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi;


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bammbela entabeni yendodana yakhe uFinehasi, anikwa yona ezintabeni zakwa-Efrayimi.


UFinehasi, indodana ka-Eleyazare, indodana ka-Aroni, wema phambi kwakhe ngalezo zinsuku, wathi: “Ngiphinde ngiphume ukulwa nabantwana bakwaBhenjamini, umfowethu, noma ngiyeke?” Wayesethi uJehova: “Yenyuka; ngoba kusasa ngizawanikela esandleni sakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ