Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 6:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Bakhonza ngokuhlabelela phambi kwendlu yetende lokuhlangana, uSolomoni waze wayakha indlu kaJehova eJerusalema;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bakhonza ngokuhlabelela phambi kwetabernakele* letende lokuhlangana, uSolomoni waze wakha indlu kaJehova eJerusalema. Bema emsebenzini wabo njengomthetho wabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Babekhonza ngokuhlabelela phambi kwethabanakeli lethende lokuhlangana, waze uSolomoni wakha indlu kaSimakade eJerusalema. Babambelela njengokwenqubo yomsebenzi wabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 6:32
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJohanani wayenguyise ka-Azariya (nguye owayengobupristi ethempelini elakhiwa nguSolomoni eJerusalema).


Laba yibo uDavide ababeka phezu kwenkonzo yokuhlabelela endlini kaJehova emva kokuphumula komphongolo.


Futhi yibo abalinda nabantwana babo. Kumadodana amaKohati: nguHemani umculi, indodana kaJoweli, indodana kaSamuweli,


Laba babengabahlabeleli, izinhloko zezindlu zoyise zamaLevi, ababehlala emakamelweni, bekhululekile, ngokuba babesebenza kulowo msebenzi imini nobusuku.


UHezekiya wamisa izigaba zabapristi namaLevi ngezigaba zabo, kwaba yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe, abapristi namaLevi njengeminikelo yokushiswa neminikelo yokuthula, ukukhonza, nokudumisa, nokudumisa emasangweni amatende iNkosi.


Abahlabeleli, amadodana ka-Asafa, babesesikhundleni sabo ngokomyalo kaDavide, no-Asafa, noHemani, noJeduthuni, umboni wenkosi; nabalindisango balinda emasangweni onke; akufanele baphambuke emsebenzini wabo; kubafowabo amaLevi abalungisela bona.


Bamisa abapristi ngezigaba zabo namaLevi ngezigaba zabo enkonzweni kaNkulunkulu eseJerusalema; njengokulotshiweyo egwalweni lukaMozisi.


Ngaphandle kwesango elingaphakathi kwakukhona amakamelo abahlabeleli egcekeni elingaphakathi ohlangothini lwesango lasenyakatho; umbono wawo wawubheke eningizimu, elinye lisohlangothini lwesango lasempumalanga, libheke enyakatho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ