Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 indodana yakhe uBeera, owathunjwa nguThiligati Philineseri, inkosi yase-Asiriya; wayeyinduna yabakwaRubeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 noBera indodana yakhe, owathunjwa nguThiligati Phileneseri inkosi yase-Asiriya; wayeyisikhulu sabakwaRubeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 noBhera, owathunjwa nguThiligathi Phileneseri, inkosi yase-Asiriya; wayengumholi wakwaRubeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 5:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezinsukwini zikaPheka inkosi yakwa-Israyeli, uThigilati-Phileseri inkosi yase-Asiriya wafika wathatha i-Ijoni ne-Abela Beti-maga neJanowa neKedeshi neHazori neGileyadi neGalile, lonke izwe lakwaNafetali, futhi bathatha i-Ijoni. Wayiswa ekudingisweni e-Asiriya.


U-Ahazi wayesethuma izithunywa kuThigilati Phileseri inkosi yase-Asiriya, wathi: “Ngiyinceku yakho nendodana yakho; khuphuka ungisindise esandleni senkosi yase-Aramu nasesandleni senkosi yakwa-Israyeli evukayo ngokumelene nami.


UNkulunkulu ka-Israyeli wawuvusa umoya kaPhuli inkosi yase-Asiriya nomoya kaThiligati Philineseri inkosi yase-Asiriya, wabahola, abakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase, wabayisa eHala, naseHabori, naseHara, nasemfuleni iGoshani, kuze kube namuhla.


uMika indodana yakhe, noReyaya indodana yakhe, noBali indodana yakhe,


Abafowabo ngemindeni yabo, lapho kubalwa izizukulwane zabo, isikhulu sesizwe kwakunguJehiyeli noZakariya,


UThiligati Philineseri inkosi yase-Asiriya weza kuye, wamcindezela, kepha akamqinisanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ