1 iziKronike 5:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Abantwana bakwaRubeni nabakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase, emadodeni anamandla, ahloma izikhali nezinkemba, acibishela idandili, anekhono lokulwa, babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha, abaphuma umkhosi empini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Amadodana kaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, amadoda anamandla, amadoda aphatha ihawu nenkemba, ansala umnsalo, ayefunde ukulwa, ayeyizinkulungwane ezingamashumi amane nane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha aphuma impi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Amadodana kaRubeni, nabakwaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase, kwakungamadoda anamandla, aphatha ihawu nenkemba, ansale umnsalo futhi eqeqeshelwe ukulwa, ayeyizi-44 760 aya empini, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |