Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJabezi wayetuseka kunabafowabo; unina wambiza ngokuthi uJabezi, wathi: “Ngokuba ngamzala ngosizi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJabesi wayetuseka kunabafowabo; unina wamqamba igama lokuthi uJabesi,* ethi: “Ngokuba ngamzala ngibuhlungu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 UJabhezi wayetuseka kunabafowabo. Unina wamqamba igama wathi: “NguJabhezi,” ngoba wathi: “Ngokuba ngamzala ngobuhlungu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kowesifazane: “Ngiyakwandisa kakhulu usizi lwakho nokukhulelwa kwakho; ngosizi uyakuzala abantwana; ukufisa kwakho kuyakuba sendodeni yakho, yona izokubusa.


Insizwa ayilibalanga ukwenza lokho, ngokuba yayithokozile ngendodakazi kaJakobe, futhi yayinodumo kunendlu yonke kayise.


Kwathi umphefumulo wakhe usaphuma, ngokuba wafa, waqamba igama layo ngokuthi uBenoni; kepha uyise wayiqamba ngokuthi uBenjamini.


UJabezi wakhuleka kuNkulunkulu ka-Israyeli, wathi: “O, uma ubufuna nokungibusisa, wandise umkhawulo wami, isandla sakho sibe nami, ungivikele ebubini, ngingadabuki! Futhi uNkulunkulu wamnika lokho akucelayo.


UKhosi wazala o-Anubi noSobeba nemindeni ka-Ahariheli indodana kaHarumu.


Esengenile kumkakhe, wakhulelwa, wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uBeriya, ngokuba izinto zazingahambi kahle endlini yakhe.


Uyihlo lonyoko bazathokoza, njalo lowo owakuzalayo uzathokoza.


Njengoba wawuyigugu emehlweni ami, wawuhloniphekile, futhi mina ngikuthanda; ngalokho ngiyakuninika abantu nokuphila.


Labo babenobuntu kunabaseThesalonika, balamukela izwi ngenhliziyo yonke, behlola imibhalo imihla ngemihla ukuthi zinjalo yini lezo zinto;


Wabiza umfana u-Ikabodi, wathi: “Inkazimulo isukile kwa-Israyeli, ngokuba umphongolo kaNkulunkulu uthathiwe nangenxa kayisezala nomyeni wakhe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ