Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 NoPenuweli, uyise kaGedori, no-Ezeri, uyise kaHusa. Lawa angamadodana kaHure, izibulo lika-Efratha, uyise kaBetlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 noPhenuweli, uyise kaGedori, no-Ezeri, uyise kaHusha. Yilabo ababe ngamadodana kaHure izibulo lika-Efratha, uyise kaBetlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 uPhenuweli, wayenguyise kaGedori, u-Ezeri kunguyise kaHusha. Yilabo-ke ababengabakaHure, izibulo lika-Efratha, uyise kaBhethlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:4
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wafa u-Asuba, uKalebi wazithathela u-Efrati, wamzalela uHure.


Lawa angamadodana kaKalebi, indodana kaHure, izibulo lika-Efrati; uShobali uyise kaKiriyati Jeharimi,


uSalima, uyise wabaseBhetelehem, uHaref, uyise wabaseBhete-gadere.


Amadodana kaSalima; IBhetelehem, namaNethofa, neAtharoti, nendlu kaYowabhi, nenxenye yamaManake, namaZori.


Umkakhe uJuda wazala uYarede, uyise kaGedori, noHebhere, uyise kaSogo, noJekutiyeli, uyise kaSanowa. Lawa angamadodana kaBitiya, indodakazi kaFaro, owathatha uMredi.


Babevela kuyise ka-Etamu; iJizreyeli, neJisma, noJidibas; igama lodadewabo lalinguHaseleponi.


Bahamba baze bafika ekungeneni kweGedori ngasempumalanga kwesigodi ukufunela izimvu zabo idlelo.


U-Ashuri, uyise kaThekhowa, wayenabafazi ababili, uHela noNahara.


neSharaim, ne-Aditayimi, neGedera, neGederothayimi; imizi eyishumi nane nemizana yayo.


Bonke abantu ababesesangweni namadoda amakhulu bathi: “Singofakazi.” UJehova makenze owesifazane ongene endlini yakho abe njengoRaheli nanjengoLeya abakha indlu yakwa-Israyeli bobabili; wenza kahle e-Efrati, waduma eBetlehema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ