Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngu-Eri, uyise kaLekha, noLahada uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Amadodana kaShela, indodana kaJuda: kwakungu-Eri, uyise kaLekha, uLahada, uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibheya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:21
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi uSela; wayeseKesibi ekumzaleni kwakhe.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela; abathathu wazalelwa endodakazini kaShuwa umKhanani. U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.


Amadodana kaShimoni ayengo-Amnoni, noRina, noBeni Hanani, noThiloni. Amadodana kaIshi: ngoSuheti noBeni-Zoheti.


noJokimi, namadoda akwaKoseba, noJowashi, noSarafi, ababebusa kwaMowabi, naseYasubilehem. Futhi lezi izinto ezindala.


NakwabaseSiloni; u-Asaya izibulo namadodana akhe.


noMahaseya, indodana kaBaruki, indodana kaKolihose, indodana kaHazaya, indodana ka-Adaya, indodana kaJojaribi, indodana kaZakariya, indodana kaSiloni.


Ngaphezu kwalokho, labo abasebenza ilineni elicolekileyo nabaluka amanetha bayoba namahloni.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.


noKehila, no-Agisibi, noMaresa; imizi eyisishiyagalolunye nemizana yayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ