Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Umkakhe uJuda wazala uYarede, uyise kaGedori, noHebhere, uyise kaSogo, noJekutiyeli, uyise kaSanowa. Lawa angamadodana kaBitiya, indodakazi kaFaro, owathatha uMredi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Umkakhe umJudakazi wazala uJeredi uyise kaGedori, noHebere uyise kaSoko, noJekuthiyeli uyise kaZanowa. Kepha abanye babe ngamadodana kaBithiya indodakazi kaFaro eyathathwa nguMeredi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Umkakhe owayengumJudakazi wazala uJeredi, uyise kaGedori, uHebhere, uyise kaSokho, noJekuthiyeli, uyise kaZanowa. Abanye babengamadodana kaBhithiya, indodakazi kaFaro, eyathathwa nguMeredi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:18
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noJowela noZebadiya, amadodana kaJerohamu waseGedori.


Amadodana kaKalebi, umfowabo kaJerakimeli: nguMesha izibulo lakhe, onguyise kaSifi; lamadodana kaMaresa, uyise kaHebroni.


Amadodana ka-Ezra: ngoJetheri, noMeredi, no-Eferi, noJaloni; wazala oMiriyamu, noSamayi, no-Ishiba, uyise ka-Estemowa.


Amadodana omkakhe uHodiya, udadewabo kaNahamu, uyise kaKehila umGarmi, no-Estemowa umMahaga.


Bahamba baze bafika ekungeneni kweGedori ngasempumalanga kwesigodi ukufunela izimvu zabo idlelo.


NoPenuweli, uyise kaGedori, no-Ezeri, uyise kaHusa. Lawa angamadodana kaHure, izibulo lika-Efratha, uyise kaBetlehema.


Futhi ezintabeni, iSamiri, neJatiri, neSoko,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ