Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Amadodana kaJuda; noPerezi, noHezironi, noKarmi, noHure, noShobali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Amadodana kaJuda: ngoPheresi, noHesironi, noKarmi, noHure, noShobali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Amadodana kaJuda: kwakunguPherezi, uHezironi, uKharmi, uHure, noShobhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Elokhu ehoxisa isandla sakhe, umfowabo waphuma, wathi: “Nifohle kanjani na?” ngakho-ke igama lakhe lathiwa uParesi.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.


UKalebi, indodana kaHezironi, wazala abantwana bakwa-Azuba, umkakhe, nabakwaJeriot; amadodana akhe yilawa; uJezeri noSobabi no-Ardoni.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela; abathathu wazalelwa endodakazini kaShuwa umKhanani. U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.


UTamari umalokazana wakhe wamzalela uPerezi noSeraki. Wonke amadodana kaJuda ayemahlanu.


Lawa angamadodana kaKalebi, indodana kaHure, izibulo lika-Efrati; uShobali uyise kaKiriyati Jeharimi,


Amadodana kaKarmi: U-Akhari, umnyundeli ka-Israyeli, owaphambuka endabeni eqalekisiweyo.


Lamadodana kaHezironi azalelwa wona: noJerakimeli, noRamu, noKelubhayi.


Amadodana ka-Elijonayi: ngoHodaya, no-Eliyashibi, noPhelaya, no-Akubi, noJohanani, noDalaya, no-Anani, beyisikhombisa.


UReyaya, indodana kaShobali, wayenguyise kaJahati; uJahati wazala o-Ahumayi noLahadi. Lezi ziyizizukulwane zamaSorati.


Oonyana bakaJuda ngu-Eri no-Onani; u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani.


UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu;


eyayiyindodana ka-Aminadaba, indodana ka-Aramu, indodana ka-Eziromu, indodana kaPheresi, indodana kaJuda,


Lezi ziyizizukulwane zikaPheresi: uPheresi wazala uHezironi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ