Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Amadodana kaJehoyakimi kwakuyila: nguJekoniya indodana yakhe, uZedekiya indodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Amadodana kaJehoyakimi: nguJekoniya indodana yakhe noSedekiya indodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Amadodana kaJehoyakimi: uJekhoniya, indodana yakhe, noZedekiya, indodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:16
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yaseBabele yabeka uMathaniya umfowabo kayise inkosi esikhundleni sakhe, yaguqula igama lakhe laba nguZedekiya.


UJehoyakimi wayeselala koyise; uJehoyakini indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UJehoyakini wayeneminyaka eyishumi nesishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu eJerusalema. Igama likanina lalinguNehusta, indodakazi ka-Elinathani, waseJerusalema.


Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga yeshumi nambili, ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga, u-Evilimerodaki, inkosi yaseBabele, ngonyaka aqala ngawo. Ukubusa, ukuphakanyiswa. Inhloko kaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ephuma etilongweni;


Amadodana kaJosiya izibulo lalinguJohanani, eyesibili uJehoyakimi, eyesithathu uZedekiya, eyesine uShalumi.


Amadodana kaJekoniya; Assir indodana yakhe uSalatiel,


UJehova, uNkulunkulu wawoyise, wathuma kubo ngezithunywa zakhe, wathuma ngesikhathi; ngokuba wayehawukele abantu bakhe nendawo yakhe yokuhlala;


UJehoyakini wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu nezinsuku eziyishumi eJerusalema; wenza okubi emehlweni kaJehova.


Kuphila kwami, usho uJehova, noma uKhoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, ebeyindandatho yophawu esandleni sami sokunene, bengiyakukukhipha khona;


Lo muntu uKoniya uyisithombe esidelelekile esiphukileyo na? Uyisitsha esingathokozisiyo na? Bakhishelwani, yena nenzalo yakhe, baphonswe ezweni abangalazi na?


UZedekiya indodana kaJosiya wabusa esikhundleni sikaKhoniya indodana kaJehoyakimi owabekwa inkosi ezweni lakwaJuda uNebukadinesari, inkosi yaseBabele.


uJosiya wazala uJekoniya nabafowabo, ngesikhathi sokuthunjelwa kwabo eBhabhiloni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ