Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 indodana yakhe uJoramu, indodana yakhe u-Ahaziya, indodana yakhe uJowashi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nguJoramu indodana yakhe; ngu-Ahaziya indodana yakhe; nguJowashi indodana yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 UJehoshafathi wazala uJoramu; yena wazala u-Ahaziya; yena wazala uJowashi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:11
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafati wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide uyise; uJehoramu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


U-Ahaziya indodana ka-Ahabi waba yinkosi phezu kuka-Israyeli eSamariya ngomnyaka weshumi nesikhombisa kaJehoshafati inkosi yakwaJuda, wabusa phezu kuka-Israyeli iminyaka emibili.


Kepha uJosheba, indodakazi yenkosi uJoramu, udadewabo ka-Ahaziya, wathatha uJowashi indodana ka-Ahaziya, wameba phakathi kwamadodana enkosi abulawayo; bamfihla, yena nomzanyana wakhe ekamelweni lokulala lika-Athaliya, ukuze angabulawa.


UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa lapho eqala ukubusa.


Ngomnyaka wesikhombisa kaJehu uJowashi waba yinkosi; wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema. Igama likanina lalinguSibiya waseBeri Sheba.


Ngomnyaka wesihlanu kaJoramu indodana ka-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafati eseyinkosi kwaJuda, uJoramu indodana kaJehoshafati inkosi yakwaJuda waba yinkosi.


UJoramu wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide; u-Ahaziya indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngomnyaka weshumi nambili kaJoramu indodana ka-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli u-Ahaziya indodana kaJoramu inkosi yakwaJuda waba yinkosi.


Indodana kaSolomoni kwakunguRehobowamu, indodana yakhe uAbhiya, indodana yakhe u-Asa, indodana yakhe uJehoshafati,


indodana yakhe u-Amasiya, indodana yakhe u-Azariya, indodana yakhe uJothamu,


UJehoshafati wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide. UJehoramu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Bakhuphukela kwaJuda, bafohla khona, bathumba yonke impahla eyatholakala endlini yenkosi, namadodana ayo, nawomkayo; akwaze kwasala ndodana kuye, kuphela uJehowahazi omncane emadodaneni akhe.


Wabuyela ukuphulukiswa eJizreyeli ngenxa yamanxeba awawathola eRama ekulweni kwakhe noHasayeli inkosi yase-Aramu. U-Azariya indodana kaJoramu, inkosi yakwaJuda, wehla ukuyobona uJoramu indodana ka-Ahabi eJizreyeli, ngokuba wayegula.


UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema; Igama likanina lalinguSibja waseBeri Sheba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ