Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 28:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wathi kimi: USolomoni indodana yakho, nguyena oyakwakha indlu yami namagceke ami, ngokuba ngimkhethile ukuba abe yindodana yami, mina ngibe nguyise kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wathi kimi: ‘USolomoni indodana yakho nguye oyakwakha indlu yami namagceke ami, ngokuba ngimkhethile ukuba abe yindodana yami, mina ngibe nguyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Wathi kimi: ‘USolomoni, indodana yakho, nguye oyakwakha indlu yami namagceke ami, ngokuba ngimkhethile ukuba abe yindodana yami, mina ngibe nguyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 28:6
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, ngiqonde ukwakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu, njengalokho uJehova wakhuluma kuDavide ubaba ngokuthi: ‘Indodana yakho engiyayibeka esihlalweni sakho sobukhosi esikhundleni sakho iyokwakhela indlu yami igama.


UJehova waligcwalisa izwi lakhe alikhulumayo, ngase ngisuka ekamelweni likaDavide ubaba, ngahlala esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli, njengalokho uJehova ethembisile, nangakhela igama likaJehova uNkulunkulu indlu yakwa-Israyeli.


Manje, Jehova Nkulunkulu, mawugcwaliseke isithembiso owasenza kubaba uDavide, ngoba ungenze inkosi phezu kwesizwe esingangothuli lomhlabathi ngobuningi.


Wenza nezinsika zomnyango eziyizingalo ezingamashumi ayisithupha, kuze kube sensikeni yomnyango wegceke nxazonke zesango.


Ngokuba lo ubalelwe inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu owakhileyo indlu enodumo olukhulu kunendlu.


Kodwa uKristu njengendodana phezu kwendlu yakhe; esiyindlu yakhe thina, uma sibambisisa isibindi nokuzibonga kwethemba kuze kube sekupheleni.


Lakulokhu futhi: Uba bezakungena ekuphumuleni kwami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ