Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 28:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kodwa uNkulunkulu wathi kimi: Kawuyikwakhela ibizo lami indlu, ngoba wawuyiqhawe, wachitha igazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha wayesethi uNkulunkulu kimi: ‘Awuyikwakhela igama lami indlu, ngokuba uyindoda yempi, uchithile igazi.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Kepha uNkulunkulu wathi kimi: ‘Awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba wena uyindoda yempi, uchithe igazi.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 28:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Niyazi nina ukuthi ubaba uDavide wayengenakulakhela igama likaJehova uNkulunkulu wakhe indlu ngenxa yezimpi ezazimzungezile, uJehova waze wayibeka phansi kwamathe ezinyawo zakhe.


Hamba uyetshela inceku yami uDavida ukuthi: Itsho njalo iNkosi: Kawuyikungakhela indlu yokuhlala.


Kepha izwi likaJehova lafika kimi, lathi: “Uchithile igazi eliningi, ulwa izimpi ezinkulu; awuyikwakhela igama lami indlu, ngokuba uchithile igazi eliningi emhlabeni phambi kwamehlo ami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ