Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 UJonathani, uyisekazi kaDavide, wayengumluleki, indoda ehlakaniphileyo nombhali; uJehiyeli indodana kaHagimoni wayenamadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UJonathani, uyisekazi kaDavide, wayengumluleki, wayengumuntu ohlakaniphileyo nombhali; uJehiyeli indodana kaHakimoni wayenamadodana enkosi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 UJonathani, umfowabo kayise kaDavide, wayengumeluleki engumuntu ohlakaniphileyo, futhi engumbhali. UJehiyeli, indodana kaHakhimoni, wayehlala namadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayeyindoda ehlakaniphileyo.


Lapho ephikisana no-Israyeli, uJonathani indodana kaShimeya umfowabo kaDavide wambulala.


Lesi yisibalo samaqhawe kaDavide; uJasobham, umHagimoni, inhloko yezikhulu; waphakamisela umkhonto wakhe phezu kwamakhulu amathathu abawahlula kanyekanye.


Kodwa lapho ephikisa u-Israyeli, uJonathani indodana kaShimeya umfowabo kaDavide wambulala.


Owayephethe umhlambi kwakunguJazizi umHagiri. Bonke babengababusi bezinto ezazingezenkosi uDavide.


U-Ahithofeli wayengumeluleki wenkosi, noHushayi um-Arki wayengumngane wenkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ