Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJasobhamu indodana kaSabidiyeli; esigabeni sakhe kukhona abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJashobehamu indodana kaZabidiyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UJashobhehamu, indodana kaZabhidiyeli, wayengamele isigaba sokuqala esasingena ngenyanga yokuqala. Esigabeni sakhe kwakukhona abayizi-24 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:2
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lawa angamagama amaqhawe kaDavide: UmThahemoni, owayehlezi esihlalweni sobukhosi, inhloko yezikhulu; kwakungu-Adino, umEsnite; yena waphakamisela umkhonto wakhe phezu kwabangamakhulu ayisishiyagalombili wababulala kanyekanye.


Lesi yisibalo samaqhawe kaDavide; uJasobham, umHagimoni, inhloko yezikhulu; waphakamisela umkhonto wakhe phezu kwamakhulu amathathu abawahlula kanyekanye.


Abantwana bakwa-Israyeli ngomumo wabo, izinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nababonisi babo abakhonza inkosi kunoma yisiphi isigaba sezigaba, abangena baphume inyanga nenyanga ezinyangeni zonke. Onyakeni, esigabeni ngasinye yayiyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


Emadodaneni kaPheresi kwakukhona inhloko yazo zonke izinduna zempi ngenyanga yokuqala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ