Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bonke labo abantwana baka-Obede Edomi, bona namadodana abo nabafowabo, amadoda anamandla enkonzweni, bebengamashumi ayisithupha nambili ku-Obede Edomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bonke labo babe ngamadodana ka-Obede Edomi, bona namadodana abo nabafowabo, amadoda aqinileyo anamandla enkonzweni, engamashumi ayisithupha nambili ka-Obede Edomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Bonke labo kwakungabozalo luka-Obhede Edomi, bona, namadodana abo, nabafowabo, amadoda aqinileyo anamandla enkonzweni, babengama-62.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:8
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide akathandanga ukulethela umphongolo kaJehova emzini kaDavide; kepha uDavide wayiphambukisela endlini ka-Obede Edomi umGiti.


Amadodana kaShemaya; u-Otni, noRefayeli, no-Obede, no-Elisabadi, abafowabo babengamadoda anamandla, u-Elihu noSemágya.


UMeshelemiya wayenamadodana nabafowabo, amadoda anamandla, ishumi nesishiyagalombili.


Enye wayinika amatalenta ayisihlanu, enye amabili, nenye elilodwa; yilowo nalowo ngokwamandla akhe; wahle wasuka wahamba.


owasenza futhi amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esitsha; kungeyisikho okulotshiweyo kodwa okukamoya, ngoba okulotshiweyo kuyabulala, kodwa umoya uyaphilisa.


Uma umuntu ekhuluma, makakhulume njengokwamazwi kaNkulunkulu; uma umuntu ekhonza, makakhonze ngokwamandla awaphiwa nguNkulunkulu, ukuze uNkulunkulu akhazinyuliswe ezintweni zonke ngoJesu Kristu, makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ