Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Amadodana ka-Obede Edomi ayengoShemaya izibulo, noJozabadi owesibili, noJowaki owesithathu, noSakari owesine, noNethaneli owesihlanu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 U-Obede Edomi wayenamadodana: nguShemaya izibulo, noJehozabadi owesibili, noJowa owesithathu, noSakari, owesine, noNethaneli owesihlanu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 U-Obhede Edomi wayenalawa madodana: izibulo kunguShemaya, eyesibili uJehozabhadi, eyesithathu uJowa, eyesine uSakhari, eyesihlanu uNethaneli,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:4
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide akathandanga ukulethela umphongolo kaJehova emzini kaDavide; kepha uDavide wayiphambukisela endlini ka-Obede Edomi umGiti.


Umphongolo kaJehova wahlala izinyanga ezintathu endlini ka-Obede Edomi umGiti; uJehova wambusisa u-Obede Edomi nendlu yakhe yonke.


Kwasekutshelwa inkosi uDavida ukuthi: I Nkosi yabusisa indlu kaObede Edomi lakho konke okwakhe ngenxa yomphongolo kaNkulunkulu. UDavide wayesehamba, wawuletha umphongolo kaNkulunkulu ngokujabula endlini ka-Obede Edomi, wawusa emzini kaDavide.


Umphongolo kaNkulunkulu wahlala nomndeni ka-Obede Edomi endlini yakhe izinyanga ezintathu. UJehova wayibusisa indlu ka-Obede Edomi nakho konke anakho.


kanye nabo abafowabo besigaba sesibili, uZakariya, noBeni, noJahesiyeli, noSemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noBenaya, noMahaseya, noMatitja, no-Elifele, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, abalindisango.


noMatithiya, no-Elifele, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, no-Asasiya, benezinsimbi kumaSemini ukuba bavelele.


OSebaniya, noJehoshafati, noNethaneli, no-Amasayi, noZakariya, noBenaya, no-Eliyezeri, abapristi, babetha amacilongo phambi komphongolo kaNkulunkulu; o-Obede Edomi noJehiya babengabamasango omphongolo.


No-Obede Edomi nabafowabo, bengamashumi ayisithupha nesishiyagalombili; u-Obede Edomi indodana kaJeduthuni noHosa babe ngabalindisango;


U-Asafa inhloko, beseceleni kwakhe uZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatitja, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi; noJehiyeli ngamahabhu nezihabhu; u-Asafa wakhalisa amasimbali;


uElamu owesihlanu, uJohanani owesithupha, uElijonayi owesikhombisa.


no-Amiyeli owesithupha, no-Isakare owesikhombisa, noPewuletayi owesishiyagalombili; ngoba uNkulunkulu wambusisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ