Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 KumaHebroni, uHashabiya nabafowabo, amadoda anamandla, inkulungwane namakhulu ayisikhombisa, babe yizinduna kwa-Israyeli ngaphesheya kweJordani ngasentshonalanga emsebenzini wonke kaJehova nasenkonzweni yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 KumaHebroni uHashabiya nabafowabo, amaqhawe anamandla, beyinkulungwane namakhulu ayisikhombisa, babe ngababonisi kwa-Israyeli phesheya kweJordani ngasentshonalanga emsebenzini wonke kaJehova nasenkonzweni yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 KumaHebhroni, uHashabhiya nabafowabo, bengamaqhawe anamandla ayi-1 700, futhi bengababonisi kwa-Israyeli, phesheya kweJordani entshonalanga. Bengababonisi emsebenzini wonke kaSimakade nasezinkonzweni zenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:30
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaKohati: u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli, bebane.


Kumadodana kaHebroni: uJeriya inhloko, no-Amariya owesibili, noJahaziyeli owesithathu, noJekameyamu owesine.


KumaLevi: uHashabiya indodana kaKemuweli; kubantwana bakwa-Aroni: nguSadoki;


Bhekani, umpristi omkhulu u-Amariya uphezu kwenu kuzo zonke izindaba zikaJehova; noZebadiya indodana ka-Ishmayeli, umbusi wendlu yakwaJuda, kuzo zonke izindaba zenkosi; namaLevi ayakuba phambi kwakho. Yiba nesibindi, futhi uJehova uyakuba nabahle.


KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ