Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Empangweni enqotshiweyo ezimpini, banikela ngokulungiswa kwendlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Empini nasempangweni bakungcwelisela ukulungisa indlu kaJehova,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Yibona ababengcwelisa okutholakale empini nasempangweni ukuba kulungiswe indlu kaSimakade,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:27
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nayo inkosi uDavide yakungcwelisela uJehova, kanye nesiliva negolide yakungcwelisa ezizweni zonke eyazehlisayo;


Kodwa bayinika izisebenzi, balungisa ngayo indlu kaJehova.


Inkosi uDavide nayo yangcwelisela uJehova kanye nesiliva negolide eyalikhipha kuzo zonke lezi zizwe; kwa-Edomi, nakuMowabi, nakubantwana bakwa-Amoni, nakumaFilisti, naku-Amaleki.


UShelomoti nabafowabo babephethe yonke ingcebo yezinto ezingcwele, inkosi uDavide, nezinhloko zawoyise, nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nezinduna zempi ezazingcwelisile.


Konke uSamuweli umboni, noSawule indodana kaKishi, no-Abineri indodana kaNeri, noJowabe, indodana kaSeruya, abakungcwelisayo; futhi wonke umuntu owayengcwelisa okuthile kwakungaphansi kwesandla sikaShelomoti nabafowabo.


Wase waphela wonke umsebenzi uSolomoni awenzela indlu yeNKOSI; uSolomoni wasengenisa konke uDavida uyise ayekungcwelisile; isiliva negolide nazo zonke izitsha wakubeka phansi kwengcebo yendlu kaNkulunkulu.


Kepha lonke isiliva negolide nezitsha zethusi nezensimbi kungcweliselwe uJehova; kufanele ingene endlini yengcebo kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ