Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 25:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 KuHemani: amadodana kaHemani; uBhukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noZebhuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamtiseri, noJosbekasa, noMaloti, noHothiri, noMahasiyoti;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 KuHemani: amadodana kaHemani: ngoBukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noShebuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamiti Ezeri, noJoshibekasha, noMaloti, noHothiri, noMahaziyoti;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 KuHemani: amadodana kaHemani: nguBhukiya, uMathaniya, u-Uziyeli, uShebhuweli, uJerimothi, uHananiya, uHanani, u-Eliyatha, uGidalithi, uRomamithi Ezeri, uJoshibhekasha, uMalothi, uHothiri noMahaziyothi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 25:4
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AmaLevi amisa uHemani indodana kaJoweli; kubafowabo: ngo-Asafa indodana kaBerekiya; emadodaneni kaMerari, abafowabo: ngo-Ethani indodana kaKusaya;


Abahlabeleli, oHemani, no-Asafa, no-Ethani, babemiselwe ukuba bashaye amasimbali ethusi;


Lawa amanye amadodana kaLevi: emadodaneni ka-Amramu; emadodaneni kaShubayeli: Jehdeja.


Emadodaneni ka-Uziyeli: uMika: emadodaneni kaMika; Shamir.


Amadodana kaMushi: UMagi, no-Edere, noJerimoti. Lawa kwakungamadodana amaLevi ngokwezindlu zawoyise.


eyesithupha uBukiya, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


Eyeshumi nantathu uSubhayeli, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


Eyeshumi nanhlanu uJeremoti, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


Eyamashumi amabili nanye uHothiri, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


KwaJeduthuni: amadodana kaJeduthuni; oGedaliya, noSeri, no-Isaya, noHashabiya, noMatithiya, beyisithupha, phansi kwesandla sikayise uJeduthuni, owaprofetha ngezintambo zokudumisa nokudumisa uJehova.


eyamashumi amabili nantathu uMahasoti, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili;


eyamashumi amabili nane uRomamtiseri, namadodana akhe nabafowabo, beyishumi nambili.


Bonke babengamadodana kaHemani umboni wenkosi ngamazwi kaNkulunkulu wokuphakamisa uphondo. UNkulunkulu wamnika uHemani amadodana ayishumi nane namadodakazi amathathu.


Futhi yibo abalinda nabantwana babo. Kumadodana amaKohati: nguHemani umculi, indodana kaJoweli, indodana kaSamuweli,


Ihubo noma ihubo lamadodana kaKora kumholi wokuhlabelela ngoMahalati Leanonothi ingoma kaHemani umEzra. Jehova, Nkulunkulu wensindiso yami, ngakhala phambi kwakho imini nobusuku:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ