Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kepha oNadabi no-Abihu bafa ngaphambi kukayise, bengenamntwana; ngalokho u-Eleyazare no-Itamari babe ngabapristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha oNadabi no-Abihu bandulela uyise ukufa, bengenabantwana; ngalokho o-Eleyazare no-Itamari kuphela babe ngabapristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UNadabi no-Abhihu bafa kuqala kunoyise, bengenabantwana. U-Eleyazare no-Ithamari bakhonza bengabaphristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 24:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kuMose: “Khuphukela kuJehova, wena no-Aroni, noNadabi no-Abihu, namalunga angamashumi ayisikhombisa akwa-Israyeli; futhi ukhonze wena kude.


OMose, no-Aroni, noNadabi, no-Abihu, namalunga angamashumi ayisikhombisa akwa-Israyeli akhuphuka.


Ubabophe amabhande, u-Aroni namadodana akhe, ufake izigqoko zabo; futhi ubupristi buyoba obo njengesimiso saphakade; uyakubangcwelisa u-Aroni namadodana akhe.


U-Aroni wazithathela u-Eliseba, indodakazi ka-Aminadaba, udadewabo kaNaasoni; wamzalela uNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari.


UMose wakhuluma ku-Aroni, no-Eleyazare, naku-Itamari, amadodana akhe asalayo: “Thathani umnikelo womlilo oseleyo eminikelweni yomlilo kaJehova, niwudle e-altare ungenamvubelo, ngokuba ungcwelengcwele.


Kwasekuphuma umlilo ovela eNkosini, wabaqeda, bafa phambi kweNkosi.


Ngalokho wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngubupristi kukho konke okwase-altare nangaphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngininikile ubupristi benu njengesipho; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


ONadabi no-Abihu bafa ekusondezeni kwabo umlilo ongesesikweni phambi kukaJehova.


Lawa angamagama amadodana ka-Aroni; uNadabi izibulo, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari.


ONadabi no-Abihu bafa phambi kukaJehova ekuletheni umlilo ongafanele phambi kukaJehova ehlane laseSinayi, bengenabantwana; u-Eleyazare no-Itamari bakhonza ebupristini phambi kwamehlo kayise u-Aroni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ