Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 23:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amadodana kaKohati: u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli, bebane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli, bebane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Amadodana kaKhohathi: ngu-Amramu, uJizihari, uHebhroni no-Uziyeli, bebane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 23:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJahati wayeyinhloko, noSisa owesibili, kepha oJehu noBeriya babengenamadodana amaningi; ngalokho babalwa ngokwendlu kayise.


Amadodana ka-Amramu; o-Aroni, noMose, no-Aroni bahlukaniselwa ukungcwelisa izinto ezingcwelengcwele, yena namadodana akhe kuze kube phakade, bashunqise umusi phambi kukaJehova, bamkhonze, babusise egameni lakhe kuze kube phakade.


Amadodana kaKohati: ngoShela; u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


Abantwana bakwa-Amramu; u-Aroni noMose noMiriyamu. Futhi amadodana ka-Aroni; oNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari.


Amadodana kaKohati ngo u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.


Nansi imindeni yamaLevi: ngumndeni wakwaLibini, nomndeni wakwaHebroni, nomndeni wakwaMagili, nomndeni wakwaMushi, nomndeni wakwaKora. UKohati wazala u-Amramu;


KwaKohati kwavela umndeni wakwa-Amramu nomndeni wama-Ishari nomndeni wakwaHebroni nomndeni wakwa-Uzili; lezi ziyizizukulwane zamaKohati.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ